factograf
ZU
Sign in

Ulwebhu

Ulwebhu

Ulwebhu lufana nenethi yemvelo, Izicabucabu ziyaziphotha ukuze zibambe izinambuzane,zisebenzisa imicu kasilika.Idizayini yolwembu isiza izicabucabu ukuba ziphile.

Ulwembu luyizakhiwo ezikhethekile,eziphothelwe ngosilika ezihlukaniswa ngokuma nokusebenza, okuhlanganisa i-orb, ishidi,ifaneli,kanye nemiklamoephithene.Ama-orb webs angamaphethini ajwayelekile okuthandela, amatangle webs angcolile,anamathele,futhi avame ukutholakala emakhoneni.Usilika wesicabucabu wakhiwe ngamaprotheni amkhulu abizwa ngokuthi "ama-spidroins", Lawa maprotheni akhiwe ngamabhulokhi okwakha ama-amino acid alula, ikakhulukazi i-glycine ne-alanine.

Imfihlo yamandla wolwembu avela ezifundeni ze-alainie.lezi zindawo zakha izakhiwo eziqinile,ezifana nekristalu lapho amabhondi e-hydrogen axhumanisa izintambo zamaprotheni ndawonye, okwenza nto ethi "phawundi" inamandla ukudlula izinhlobo ezahlukahlukene zey'nsimbi, Ikhona ukunwebeka ngaphandle kokuphuka.

Kunezinhlobo eziningana ezihlukene zolwembu, ngayinye enezici nezinjongo ezehlukile.Kukhona i I-Orb webs, lwembhu yakudala eyindilinga ecatshangwa abantu abaningi. ukubukeka kwaso kume okwesondo ngezipikili ezikhazimulayo neziyingi ezigxilile, inhloso yayo idizayinelwe ukuthwebula izinambuzane ezindizayo.Kukhona I- Tangle webs ulwembhu olungajwayelekile, olungcolile olutholakala emakhoneni. Ukubukeka akuhlelekile elinezi nhlangothi ezintathu, injongo ukuhambela izinzmbuzane ezinwabuzelayo, futhi isebenza njengendawo yokubalekela isicabucabu.

Read next

In 71 languages

Text from Wikipedia, CC BY-SA 4.0 · Source article