Thabo Mvuyelwa Mbeki(pronunciation: wazalwa mhla zi-18 ngoNhlangulana 1942) ngumongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika waphatha izihlandla ezimbili njengoMongameli waseNingizimu Afrika. Waba ngomongameli walelizwe kusukela mhla zi-14 kuNhlangulana we-1999 kwazwe kwaba ukuba uyakhshwa eikhundleni mhla zi-24 ngoMandulo we-2008. Ubaba wakhe nguGovan Mbeki bese umfowabo nguMoeletsi Mbeki ongumhlaziyi kwezombusazwe.
Impilo ebuncaneni bakhe kanye nemfundo
UMbeki wazalwa ngo mhlaka 18 Juni kunyaka 1942 endaweni yase Mbewuleni, endaweni encane yase Transkei, okumanje esiyingxenye ye Eastern Cape. Uyingane yesibili kwizingane eziine azalwa nazo, waye nosisi oyedwa, uLinda owazalwa ngonyaka ka 1941, nabafowabo ababili, uMoeletsi owazalwa ngonyaka ka1945 kanye noJama owazalwa ngonyaka ka 1948, washona ngonyaka ka 1982.: 54 Abazali bakhe kwakungu Govan owazalwa ngo nyaka ka 1910, wabe eseshona ngonyaka ka 2001, wayengu mgcini sitolo,uthishela, intatheli, wayeyilunga le African National Congress (ANC) kanye South African Communist Party (SACP).