factograf
ZU
Sign in

Subarctic climate

Subarctic climate

I-Subarctic climate noma Subpolar climate noma boreal climate wuhlobo lwesimo sezulu olubonakala ngokuba nobusika obude futhi obubanda kakhulu, loluhlobo lwesimo sezulu luphinde lube nehlobo elifishane futhi elingashisi kakhulu. Lesimo sezulu sitholakala ezindaweni ezinomhlaba omkhulu kakhulu njengase Rashiya. Izimpawu zalesimo sezulu kwi-Köppen climate classification yilezi; Dfc, Dwc, Dsc, Dfd, Dwd kanye ne Dsd.

Read next

In 46 languages

Text from Wikipedia, CC BY-SA 4.0 · Source article